Kushone 8 wabantu kwezenzeke eMpumalanga

2017-01-03 07:58

Cape Town – Kushone abantu abangu-8 ezingozini ezimbili zomgwaqo ezenzeke ku-N4 ngaseNelspruit ngoMsombuluko, kusho iNetcare 911.

Okhulumela iNetcare 911 u-Athlenda Mathe uthe imoto igingqike ngezithuba zabo-12:30  ngakuSchoemanskloof Road, kwashona abantu ababili ebebephakathi.

Owesithathu ushone ngokuhamba kwesikhathi ngemuva kokuba abosizo yehlulekile imizamo yabosizo lokuqala yokumhlenga.

OLUNYE UDABA: Kushone oshayiswe yimoto ewela umgwaqo

Ngezithuba zabo-15:30 ngawo uMsombuluko, kushayisane izimoto ezimbili ezincane kanye neloli kuwona lo mgwaqo.

Ngesikhathi aboziso lokuqala befika, bathole imoto encane ibheke phezulu, bonke abantu abahlanu ebebephakathi sebeshonile.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C Sunny. Cool. Pta: 20-30°C High level clouds. Warm.
Jhb: 18-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...