Kushiswe ibhasi embhikishweni eThekwini

2017-07-07 10:07

Durban - Iqeqebana lababhikishi lithungele ngomlilo ibhasi likaMasipala weTheku eMayville, ngaphandle kwedolobha iTheku, ngoLwesihlanu ekuseni, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Kukholakala ukuthi laba bhikishi bafuna ngo dli umhlaba abazokwakha kuwona izindlu, oKhulumela amaphoyisa esifundazweni, uThulani Zwane utshele iNews24. 

OLUNYE UDABA: Ababhikishi bashise amaloli amabili eThekwini

Leli bhasi belingenabantu ngesikhathi lithungelwa ngomlilo.

UZwane uthi sekuvulwe icala lodlame emphakathini, kodwa abekho abantu asebeboshiwe.


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-14°C More sun than clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-18°C Showers late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...