Kusathulekile ngowakuleli othunjwe eSyria

2017-01-17 08:17

Johannesburg – Namhlanje ngoLwesibili kuphela isonto kwathunjwa intatheli yakuleli uShiraaz Mohamed eSyria, kodwa akukwaziwa ukuthi ukephi nendawo.

UMohamed wayehambisana nenhlangano yeGift of the Givers ngesikhathi ethunjwa.

Umndeni wakhe uthi wayebazi kahloe ubungozi bokuya kuleliya lizwe elinezimpi kodwa wayebona kuyinto okufanele ayenze.

OLUNYE UDABA: Isisebenzi sasendlini sisindise impilo yamawele

Umnikazi weGift of the Givers, u-Imtiaz Sooliman, uthi alikho iqemnbu elivuma udaba lokuthumba uMohamed.

AbeGiff of the Givers bahlangane nohulumeni waseTurkey ngoMsombuluko, othimbise ngokusiza ekutholeni uMohamed.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-20°C Sunny. Mild. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-28°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-19°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...