Kusaphenywa imbangela yokusha kwekhaya labadala e-PE

2018-01-14 12:00

Cape Town - Imbangela yokusha kwekhaya labadala iFrail Care Centre, ePort Elizabeth, lapho okushone khona ikhehla elineminyaka engu-72 ubudala isaphenywa.

Ilangabi lidlule noDavid Oberholzer Senior ngoLwesihlanu ekuseni.

OLUNYE UDABA:Kushone ikhehla kusha ikhaya labadala e-PE

Owamaphoyisa uPriscilla Naidu uthe imbangela yomlilo ayikaziwa namanje.

"Kusolwa ukuthi leli khehla lalilele egumbini lalo ngeskhathi abanye bedla isidlo sabo sasekuseni egumbini lokudlela."

- EWN

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Mostly cloudy. Warm.
Dbn: 21-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 20-26°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...