Kuqhume isibhamu kwalimala inqwaba kuvulwa iMall eGoli

2017-03-16 14:02

Johannesburg - Kubikwa ukuthi kulimale inqwaba yabantu esigamekweni sokudubula esenzeke enxanxathela yezitolo iSprings, eKurhuleni ngoLwesine.

Le nxanxathela yezitolo ibivulwa namuhla.

OLUNYE UDABA: Kushone ingane esigemekweni sokudubula

AbeNetcare911 babhale enkundleni yezokuxhumana iTwitter ukuthi kulimale abantu ababili, oyedwa wabo uphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane.

Udaba oluphelele luyalandela.

 - TimesLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-27°C Sunny. Pleasantly warm. Pta: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...