Kuphume izidumbu kubangwa ugwayi

2017-12-11 16:02

Pietermaritzburg - Kuphume izidumbu ezimbili kulandela ingxabano okusolwa ukuthi isuswe wugwayi.

Isigameko senzeke eLouisiana, ePort Shepstone, ngoMgqibelo ebusuku.

Okhuumela amahoyisa uLieutenant- Colonel Zandra Wiid, uthe amaphoyisa afice izidumbu ezimbili zidindilize phansi.

OLUNYE UDABA:Utholwe enqunywe uqhoqhoqho 'kubangwa amasimu'

"La madoda kubikwa ukuthi abelwa ebanga ugwaqi ngesikathi omunye egwaza omunye esifubeni.

"Kukholakala ukuthi indoda yesibili ishaywe wumphakathi waze yashona," kusho uWiid.


Ngokombiko we-KZN EYETHU ekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...