Kuphenywa ngesidumbu esikhafulwe wulwandle

2015-11-27 12:30

Durban - Abosizo lokuqala baphuthume olwandle lwaseSheffield ngemuva kokuthola umbiko mayelana nesidumbu esikhafulwe wulwandle.

AbeNetcare911 bathe abosizo lokuqala bafice indoda isivele ishonile endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA:  Kutholwe isidumbu sosana olwandle eMhlanga

Kwaduka umbhukudi emanzini eduzane nolwandle lwaseWillards ngoLwesibili kodwa akwaziwa ukuthi isehlakalo sanamuhla sihlobene yini nesokuduka kombhukudi.

OweNetcare911 uChris Botha uthe udaba luyaphenywa,kubika iNewswatch

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...