Kungqongqiswe iloli kubhikishwa e-KZN

2018-01-09 14:03

Durban – Kuvalwe umgwaqo uR102 eduzane naKwaDukuza enyakatho yeTheku ngesikhathi kubhikishelwa izidingo zomphakathi namuhla (ngoLwesibili) ekuseni, kusho amaphoyisa.

Ngokusho kwalowo okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane, ababhikishi abangu-80 endaweni yaseTete bangene emgwaqweni bekhala ngokugqoza kwentuthuko.

OLUNYE UDABA:Kuvalwe umgwaqo kuqhubeka umbhikisho eGauteng

Uthe kushiswe iloli, izihlahla namathayi ezimoto emgwaqeni ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho.

"Amaphoyisa asesendaweni yesigameko eyohlola isimo. Njengamanje isimo siqashiwe."

 - Twitter:

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...