Kumele kuxoliswe kuGordhan - Ramaphosa

2017-10-20 09:31

Cape Town – Iphini likaMengameli uCyril Ramaphosa lithi kufanele kuxoliswe kulowo owayenguNgqongqoshe weziMali, uPravin Gordhan.

Uthi uGordhan waphathwa ngendlela engafanele ngemuva kokuba i-KPMG ikhiphe umbiko wakwa-Sars esidalule ukuthi iyawuhoxisa.

URamaphosa ubebuzwe ukuthi yena ngabe uzoxolisa yini kuGordhan.

OLUNYE UDABA: Owesilisa ukhala ngabambiza ngesitabane

Uthe ukuxolisa kumele kuphume kubantu okufanelekile ukuba baxolise kuGordhan.

I-Sars ingaphansi kukaMgcinimafa.

URamaphosa ubephendula imibuzo ePhalamende ngoLwesine ntambama.

- eNCA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 19-26°C Heavy rain. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-24°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-28°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm. PE: 20-23°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...