Kumele ehle esikhundleni uNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni - DA

2018-01-21 18:01

Johannesburg – I-DA ithi sekuyisikhathi sokuba uNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni uLynne Brown asishiye isikhundla sakhe.

Lokhu kungemuva kokuba uhulumeni ememezele ibhodi elisha lakwa-Eskom.

Uhulumeni uyalele ibhodi elisha ukuba likhiphe zonke izikhulu eziphezulu ezisolwa ngenkohlakalo.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owesilisa ngokubulala isalukazi

“Ngicabanga ukuthi uNgqongqoshe uLynne Brown kuzomele alandele, kade ngangikusho lokhu.

“Noma ngabe yiphumi ungqongqoshe othintekayo ekutheni u-Eskom ube kuleli zinga eliphansi, kumele ehle esikhundleni. Uma eqotho kumele lokhu akwenze ngokushesha,” kusho uNatasha Mazzone, we-DA.

- eNCA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Partly cloudy. Mild. PE: 11-18°C a few tstorms. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...