Kumele avikelwe amalungelo abokufika - UNgqongqoshe

2017-02-24 18:00

Johannesburg - UNgqongqoshe woMnyango wezaseKhaya uMalusi Gigaba uthi amalungelo abantu bokufika kumele avikelwe.

Usho kanje kulandela ukukhathazeka mayelana nokushoda kwamaphoyisa azoqapha imashi yalabo abangabafuni abokufika ePitoli.

OLUNYE UDABA: I-ANC igxeke iDA ngokuhlaselwa kwabokufika

Khonamanjalo, uMengameli Jacob Zuma usekhiphe isiqinisekiso sokuthi uhulumeni uzohamba phambili ekulwisaneni nobugebengu kulandela izikhalazo zomphakathi ngokushushumbiswa kwezidakamizwa.

UMengameli ulugxeke kabi udlame olubhekiswe kwabokufika e-Attridgeville, entshonalanga yePitoli.

- SABC

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 11-21°C Broken clouds. Mild.
Jhb: 9-19°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 6-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Scattered showers. Partly cloudy. Cool. PE: 15-21°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...