Kulindeleke ukuba avele enkantolo uMalema

2018-04-06 08:32

Bloemfontein - Umholi weqembu lezepolitiki i-Economic Freedom Fighters (EFF), uJulius Malema kulindeleke ukuba avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseBloemfontein.

UMalema ubhekene namacala okuphula umthetho iRiotous Assemblies Act ngokugqugquzela abantu ukuba badle umhlaba.

OLUNYE UDABA:Uyavela enkantolo uMalema

Ithimba lakhe labameli liphikisa umthethosisekelo weRiotous Assemble Act.

UMalema watshela inqwaba yamalungu e-EFF ukuba idle umhlaba ngoba waphucwa abantu abamnyama.

UMalema wehluleka ukuvela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseNewcastle ngamacala afanayo icala labe selihlehliswa.

- Twitter:

 - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...