Kulimale umndeni waseThekwini kuqhuma 'iphasela'

2017-05-19 18:00

Durban – Kulimale kanzima amalungu omndeni amathathu ngemuva kokuvula iphasela elifike ekhaya ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

Kubikwa ukuthi leli phasela livele laqhuma ngesikhathi livulwa.

OLUNYE UDABA: Kushone isiboshwa kwalimala ezinye kuqhuma ibhomu ejele

Umndeni obusekhaya lawo e-Essenwood, eThekwini, ngesikhathi uthola iphasela, kusho uCaptain Nqobile Gwala.

Uthe kuphuthunyiswe amalungu omndeni amathathu esibhedlela.

Amaphoyisa ophiko lweziqhumane namaphoyisa ophiko lwe-SAPS aseBerea asasendaweni yesigameko.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Cool. Bloem: -1-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...