Kulimale abahlanu kuginqika iveni ePinetown

2017-12-12 14:01

eThekwini - Kulimale kabi abantu abahlanu ngesikhathi kuginqika iveni ngoLwesibili ekuseni ePinetown.

Ngokubuka kwabe zimo eziphuthumayo, lokhu kwenzeke emgwaqeni iParadise Valley ekuseni ngo-07h28.

Abe-ER24 bafike kule ndawo bathola leli veni lilele ngohlangothi abantu abahlanu batholakala belele eceleni kogwaqo.

OLUNYE UDABA:Usesibhedlela ozame ukuziqhumisa ngebhomu

Ngesikhathi kuhlolwa laba abalimele kutholakale ukuthi babili abalimele kakhulu kanti laba abanye abathathu babebelimele kancane.

Laba abalimele balashelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...