Kulimale 10 wabantu kuginqika ibhasi ebelilayishe abazalwane

2017-06-25 09:32

Grahamstown – Basesimeni esibucayi abantu abayishumi ngemuva kokuba kokuginqika kwebhasi ebelilayishe abazalwane abangu-59 ku-R67 phakathi kwaseFort Beaufort naseGrahamstown ngoMgqibelo, kusho iziphathimandla.

Kuphuthunyiswe abantu abangu-10 esibhedlela iLivingston ePort Elizabeth, kusho okhulumela owezeMpilo e-Eastern Cape uSizwe Kupelo.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi enyantisa igazi emgwaqeni omkhulu

La bantu bathole ukulimala ezimbanjeni, umgogodla nasokhalweni.

Eminye imininingwan eyesigameko ibingakatholakali.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-27°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-19°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...