Kulimale abangu-8 kanye nezimoto kuwa ibhilidi eKZN

2018-01-18 19:01

Estcourt – Abantu abayisishiyagalombili balimele ngesikhathi kuwa ibhilidi emgwaqeni uHarding e-Estcourt.

Lokhu, ngokusho kwamaphoyisa kwenzeke ngoLwesine ekuseni.

"Bonke abalimele baphuthunyiswe esibhedlela ukuze bayoxilongwa,"kusho okhulumela amaphoyisa eKZN uColonel Thembeka Mbhele.

OLUNYE UDABA:Kuthiwa liphephile ibhilidi obekushunqa kulo intuthu eGoli

UMbhele uqhubeke wathi kulimale nezimoto ezinhlanu kulesi sigameko.

Imbangela yokuwa kwaleli bhilidi ayaziwa kodwa amaphoyisa azophenya.

"The cause of the collapse is unknown at this stage," she said.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-26°C Morning clouds. Mild. PE: 12-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...