Kuhlengwe izingane endlini kuqhuma ipayipi lamanzi

2017-10-09 18:01

Johannesburg - Kuhlengwe izingane ezintathu ezisencane emzini oseMdantsabe ngoLwesihlanu ntambama ngemuva kokuqhuma kwepayipi lamanzi, amanzi agcwala endlini.

Lezi zingane, eneminyaka emibili ubudala uMbalentle Williams, uZingce Williams, 4 noMivuyo Williams bashiywe yisihlobo sabo bodwa endlini ngesikhathi siyfuna usizo.

OLUNYE UDABA:Kuhlengwe abadobi abangu-30 kusha umkhumbi eThekwini

UPhiwokuhle Williams, 23, uthe ngesikhathi esebuya ngemuva kwamahora amabili, uthole amanzi esefika emahlombe ezinganeni ngaphakathi endlini.

Thola udaba olugcwel kwiDispatchLive

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...