Kuhlehlisiwe ukudingidwa kwesiphakamiso sokungamethembi uNdunankulu

2018-04-17 09:31

Johannesburg – USomlomo wesiShayamthetho eNorth West uSusan Dantjie ukuhlehlisile ukudingidwa kwesiphakamiso sokungethenjwa kobuholi bukaNdunankulu Supra Mahumapelo.

Isiphakamiso bekulindeleke kudingidwe ngaso ngoLwesibili esiShayamthetho kodwa lokho ngeke kusenzeka.

OLUNYE UDABA: Usebhekene nelinye icala owajikijela phansi usana ephezu kwendlu

Kuthiwa ukudingidwa kwesiphakamiso kuhlehliswe ngemuva kokuba i-EFF ifake isicelo sokuba kuvotwe ngokuyimfihlo.

UMahumapelo ubhekene nezinsolo eziningi zokukhwabanisa nenkohlakalo ngamathenda akhishwa uhulumeni wesifundazwe oholwa ngiyena.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...