Kuhlaselwe uNgqongqoshe eWestern Cape

2017-08-12 12:01

Johannesburg - Kuhlaselwe uNgqongqoshe woMnyango wezeokuThuthukisa uMphakathi eWestern Cape, u-Albert Fritz eNyanga namuhla (ngoMgqibelo)ekuseni.

UFritz nonogada ababili bebengaphandle esontweni i-Assembly of God ngesikhathi bebanjwa inkunzi ngamadoda amabili ebakhombe ngezibhamu, efuna amaselula.

OLUNYE UDABA:Kuhlaselwe amalungu e-ANC ne-IFP eKZN

Omunye wabasolwa udutshulwe ekhanda kwathi omunye walimala.

Kulimale nomunye umuntu obezimele ngasendaweni yeisgameko.



  - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 18-32°C Morning clouds. Hot.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-27°C Heavy rain late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 21-27°C Afternoon clouds. Warm. PE: 20-26°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...