Kugwazwe owesilisa kwesokuduna ePinetown

2016-12-29 14:32

Pinetown - Owesilisa oneminyaka oseminyakeni yo-30 kukholakala ukuthi ubebhekene nesigameko sokudunwa kwemoto ePinetown.

Ngokwemibiko yeHighway Mail lokhu kwenzeke ntambama ngoLwesithathu kumgwaqo uJosiah Gumede.

OLUNYE UDABA:UDJ ubonga okhokho noNkulunkulu kulandela ukuhlaselwa yizigebengu

Abosizo oluphuthumayo bathole le ndoda inenxeb a lokugwazwa engalweni.

“Le ndoda itholakale inenxeba lokugwazwa engalweni, ihlengelwe kule ndawo ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela,”kusho uGarrith Jamieson wezimo eziphuthumayo.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter          

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...