Kugwazwe kwabulawa owesilisa ebhishi

2017-01-03 10:01

Cape Town – Owesilisa oneminyaka engu-25 ubudala ugwazwe wabulawa ebhishi laseMuizenberg eKapa ngosuku lukaNcibijane, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape uLieutenant Colonel Andrè Traut, uthe owesilisa ugwazwe ngabantu abangaziwa ngezithuba zabo-16:00.

OLUNYE UDABA: Kushone 8 wabantu ezingozini zomgwaqo

UTraut uthe amaphoyisa asaphenya ngembangela yokubulala.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C High level clouds. Mild. Pta: 19-28°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-24°C Showers late. Broken clouds. Mild. Bloem: 16-25°C Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 21-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 19-26°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...