Kugwazwe kwabulawa ikhehla likhipha imali kwi-ATM

2017-11-07 07:07

Cape Town – Kugwazwe kwabulawa isaguga ngesikhathi sikhipha imali kwi-ATM eMitchells Plain.

Kukholakala ukuthi isaguga besikhipha imali kwi-ATM esegaraji likaphethiloli ngesikhathi sihlaselwa.

OLUNYE UDABAKubulawe ngembazo izaguga emzini wazo

Okhulumela amaphoyisa uNoloyiso Rwexana uthi: “Kuvulwe icala lokubulala ukuze kwenziwe uphenyo ngesigameko esenzeke egaraji likaphethiloli ntambama.

“Ikhehla elineminyaka engu-64 ubudala ligwazwe labulawa. Bekungakaboshwa muntu okwamanje.”

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain. More clouds than sun. Cool. Pta: 10-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-21°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-26°C Sunny. Mild. PE: 13-21°C Scattered tstorms late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...