Kugwazwe kwabulawa abantu abayisithupha ngempelasonto

2017-12-04 19:19

Cape Town – Kugwazwe abantu abayisithupha bashona ezigamekweni ezahlukene ezenzeke eGeorge ngempelasonto.

Amaphoyisa ayaphenya nangokubulawa kwesosha emzini ebelihlala kuwona ngaphakathi emasoshweni, ese-Oudtshoorn.

Isosha lesilisa litholakale linamanxeba okugwazwa ekhanda.

OLUNYE UDABA: Ahoxiswe okwesikhashana abethweswe uMthokozisi Ndaba

Okhulumela amaphoyisa uMalcolm Poje uthe: “Uphenyo lwakamuva luveza ukuthi indodakazi ibingekho izikhiphile ebusuku nokuthe uma isibuya, cishe phakathi kwamabili, yangqongqoza emnyango kodwa wangaphendula umufi.

“Ibe isivusa unina okunguyena ovule isicabha base bethola isidumbu ekamelweni.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...