Kugwazwe ikhehla,60, libanjwa inkunzi

2017-10-23 07:36

Johannesburg – Owesilisa oneminyaka engu-30 ubudala ugwaziwe bezama ukumbamba inkunzi eMargate, kusho abosizo lokuqala ngeSonto.

"Owesilisa ubesegcekeni ngesikhathi ehlaselwa, egwazwa amahlandla amaningi bezama ukumbamba inkunzi,” kusho okhulumela iNetcare 911 uNick Dollman esitatimendeni.

Isigameko senzeke ekuseni ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umfana,17, olimale kugetshengwa imoto yemali

Owesilisa uthole ukwelashwa ngabosizo lokuqala endaweni yesigameko, ngaphambi kokuba ayiswe esibhedlela.

Amaphoyisa ayaphenya.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-27°C Morning clouds. Mild. PE: 23-28°C Decreasing cloudiness. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...