Kudutshulwe umsolwa kubanjwa inkunzi iveni lemali eGoli

2018-03-06 16:00

Johannesburg - Kushone umsolwa oyedwa esigamekweni sokubanjwa inkunzi imoto yemali eRandburg eGoli.

Imininingwane ibingakacaci, kodwa kuvalwe umgwaqo u-Oak Avenue njengoba amaphoyisa esasendaweni yesigameko eqoqa ubufakazi.

Lo msolwa ushone ngesikhathi kudutshulwama, imoto abehamba ngayo itholakale emigwaqeni emibili ukusuka lapho okwenzeke khona isigameko.

OLUNYE UDABA:BUKA: Konke okwenzekile kubanjwa inkunzi imoto yemali

Khonamanjalo, abazali bezingane ezifunda enkulisa engaphesheya komgwaqo nendawo okwenzeke kuyo isigameko, balokhu bethelekile ukuyolanda izingane zabo.

Amaphoyisa aphenya imbangela yesigameko.

 - Twitter:

 - EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...