Kudutshulwe kwabulawa umshayeli wetekisi

2017-12-25 12:59

Cape Town - Amaphoyisa aphenya isigameko sokubulawa komshayeli wetekisi e-Elsies River ngempelasonto.

Umshayeli udutshulwe wabulawa ngumsolwa ongaziwa oqede wabaleka endaweni yeisgameko.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa umshayeli wetekisi nomngani wakhe

Okhulumela amphoyisa uAndre Traut uthe: "Kudutshulwe kwabulawa indoda eneminyaka engu-38 ubudala kuClivia Road, e-Uitsig, eRavensmead.

"Umsolwa ubengakaboshwa.Isisulu sishayise itekisi odongeni ngemuva kokudutshulwa. Imbangela yokudubula isaphenywa."

 - EWN

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 11-22°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-25°C Morning clouds. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...