Kudutshulwe kwabulawa umfana, 16, eKapa

2017-09-19 17:59

Cape Town - Amaphoyisa athi kudutshulwe kwabulawa umfana oneminyaka engu-16 ubudala ebhulohweni eliku-R300, eDelft, eKapa.

Umsolwa ubalekile endaweni yesigameko kulandela ukuhlasela lo mfana ngoLwesibili ekuseni.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe umfana oneminyaka engu-15 e-Orange Farm

Imbangela yesigameko sokudubula ayikaziwa okwamanje.

Akukaboshwa muntu okwamanje kodwa amaphoyisa aseqalise uphenyo.

 - EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-28°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-26°C Heavy rain. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...