Kudlwengulwe ingane kuphangwa emzini oseKapa

2016-03-04 13:49

Cape Town – Kukholakala ukuthi kudlwengulwe ingane ngesikhathi kuphangwa ngaseBernadino Heights, eKraaifontein, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesihlanu.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain FC Van Wyk usiqinisekisile isehlakalo, wathi senzeke phakathi kuka-05:30 no-07:45 ekuseni.

Funda nalolu daba: Kudingidwa eyesondlo sengane yowe-EFF

"Isigebengu sangena endlini ..kanti sesibaleka sahamba namaselula amabili,” usho kanje.

Kukholakala ukuthi izingane ezimbili ezazisendlini ngaleso sikhathi, kwadlwengulwa eyodwa yazo.

Amaphoyisa akuqinisekisile ukuthi ayaphenya.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Rain showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. High level clouds. Mild. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...