Kucelwa abafundi abenza-Matric ukuba babungaze ngendlela efanele

2017-11-28 07:14

Cape Town – UMsombuluko bekuwusuku lokugcina iningi labafundi bamatikuletsheni libhala izivivinyo zokuphela konyaka ka-2017.

Abafundi abenza umatikuletsheni babhale iphepha lesithathu le-English.

Ukuhlolwa kwabafundi kuzophothulwa ngokugcwele ngoLwesibili uma sekubhalwa i-Agricultural Management Practices ekuseni kanye nephepha le-Design ntambama.

OLUNYE UDABQA: Kulimale nobekhulelwe engozini yamatekisi

UNgqongqoshe wezeMfundo eWestern Cape, uDebbie Schafer, uthe “Leli sonto iningi labafundi bamatikuletsheni lizobe liya emaphathini esifundazweni sonke, ikakhulukazi azobe enzelwe eHermanus nasePlettenberg Bay.

“Abafundi bakamatikuletsheni basebenze ngokuzikhandla ukuze bafinyelele lapha. Futhi bafanele ukubungaza, kodwa siyacela ukuba babungaze ngendlela efanele.”

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Scattered tstorms late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...