Kubulawe isigebengu kudutshulwana namaphoyisa eThekwini

2015-11-16 13:30

Durban – Kudutshulwe kwabulawa osolwa ngokuphanga ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa ngoMsombuluko ekuseni endaweni yaseNtuzuma, enyakatho neTheku.

Umsolwa ubenyingxenye yeqembu elingne esitolo sakwaPick n Pay ngoLwesine ebusuku.

OLUNYE UDABA:  Sekubulawe elinye futhi iphoyisa KwaZulu-Natal

Okhulmemla amaphoyisa uMajor Thulani Zwane uthe onogada abane abebesebzna ngesikhathi ehlaselwa ngabasolwa abebehlomile .

Onogada bebeboshwe izandla bevalelwe endlini yangasese.Abasolwa bangene ngophahla ngezithuba zabo-02:00 ekuseni kwathi ngesikhathi bephakathi kwabizwa amaphoyisa ngelokuphanga.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 21-27°C Sunny. Warm. Pta: 16-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 17-32°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 22-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...