Kubulawe iphoyisa lisemsebenzini

2018-03-03 14:09

Johannesburg – Amaphoyisa asePitoli ayaphenya ngecala lokubulawa kwephoyisa ebelisemsebenzini nangokuhlaselwa kukazakwabo.

Amaphoyisa amabili abemisa izimoto ezisesha eSunnyside ngesikhathi ehlaselwa ngabosolwa. Imbangela yesigameko kuyaphenywa ngayo.

OLUNYE UDABA: Kuyaphenywa ngokutholakala kwezidumbu zabafanyana

“Abaphathi bamaphoyisa eGauteng badumele ngokushona kwephoyisa lisemsebenzini kanti futhi athandazela ukwelulama kwelinye iphoyisa esibhedlela.”

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Showers late. Partly cloudy. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-21°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C Morning clouds. Mild. PE: 13-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...