Kubulawe iphoyisa eKapa

2018-04-10 12:31

Cape Town - Kudutshulwe kwabulawa iphoyisa eKhayelitsha, eKapa, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesibili.

Amaphoyisa asesiteshini esiseKhayelitsha aphuthume e-Site C ngoMsombuluko ebusuku ngesikhathi ehlaselwa, kusho uBrigadier Novella Potelwa.

OLUNYE UDABA:Kubulawe iphoyisa lisemsebenzini eShowe

Kubulawa uConstable Ncedo Theophylus Katoyi, 39.

UNgqongqoshe wezokuPhepha koMpghakathi eWestern Cape uDan Plato uthe amaphoyisa ophiko loKlebe ayaphenya.

Ungqongqoshe ukhiphe umehlokaboni ka-R100 000 kulowo onolwazi olungasiza kuphenyo.

UPlato udlulise amazwi enduduzo emndenini izihlobo kanye nabangani bomufi.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...