Kuboshwe umdlali we-PSL ngezokugwaza

2016-08-31 19:00

Johannesburg - Kuboshwe isihlabani sebhola lezinyawo saseFree State ngemuva kwezinsolo zokugwaza umuntu ngommese.

Ngokusho komthombo lo mdlali owaziwa ngabezindaba iPhakaathi wayemenywe nguzakwabo eklilabhini. Ngesikhathi efika umsolwa wahosha ummese wagwaza isisulu.

OLUNYE UDABA: Udaluliwe owe-PSL oboshwe ngempelasonto

"UDanny Venter wayolanda intombi aykhe ekilabhini kodwa wazithola esexabana noowesilisa. Wabe esebiza u-Ayanda Nkosi, u-Angula Da Costa nomsolwa. Ngesikhathi befika lapho kwaba nengxabano umsolwa wagwaza isisulu."

"Umsolwa uboshwe namuhla (ngoLwesithathu)."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 20-33°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-27°C Morning clouds. Mild. PE: 23-28°C Decreasing cloudiness. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...