Kuboshwe owesilisa ngelokubulala isalukazi

2018-01-21 13:07

Johannesburg – Owesilisa uboshiwe ngecala lokubulala isalukazi esineminyaka engu-84 ubudala eDutywa, e-Eastern Cape, kusho amaphoyisa ngeSonto.

Owesilisa, 34, uboshwe eCandu Village – lapho kuhlala khona isisulu, kusho uCaptain Jackson Manatha esitatimendeni.

Kulindeleke avele okokuqala enkantolo ngoMsombuluko ngecala lokubulala

OLUNYE UDABA: ISilo sixwayise uRamaphosa

Kuthiwa owesilisa owayezifihle ubuso wahlasela isaguga esinguSilvia Thandiwe Dyasi emzini waso, wambulala, ngoLwesine ebusuku. Isihlobo sesisulu sazibonela isigameko.

Amaphoyisa athi asebenza ngokuzikhandla, nokwaholelwa ekuboshweni owesilisa ngoLwesihlanu.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. Partly sunny. Warm.
Jhb: 19-26°C Scattered showers. Partly sunny. Warm. Bloem: 18-30°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Dbn: 22-25°C a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 18-24°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...