Kuboshwe odayisa izidakamizwa edolobheni laseBrits

2017-04-14 10:32

Brits - Umkhankaso wokulwa nezidakamizwa endaweni yaseBrits ubeyimpumelelo ngokuboshwa kowesilisa odayisa iNyaope.

Lo mkhankaso wenzelwe endaweni yaseBrits kanye naselokishini laseLetlhabile, kubika iphephandaba lo mphakathi i-Kormorant.

OLUNYE UDABA:UMbuso uzoyishaqa yonke imali yowayedayisa izidakamizwa

Ngesikhathi amaphoyisa aqhuba lo mkhankaso, kutholakale izishumpa ezingu-300 zenyaope kulo msolwa oboshiwe.

Lezi zidakamizwa zingelelani lika-R10 500 kanti usolwa utholakale nemali elinganiselwa ku-R1000.

Umsolwa uzovela enkantolo kaMantshi eBrits ngoLwesine oluzayo.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Showers late. Morning clouds. Cool. Pta: 16-22°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 13-21°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 15-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-32°C Sunny. Warm. PE: 19-25°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...