Kuboshwe indodana ngemuva kokuba kugwazwe, kwaklinywa uyise

2017-05-23 11:03

Johannesburg – Kuboshwe owesilisa ngezinsolo zokugwaza nokuklinya ubaba wakhe osekhulile eSouth Hills, kusho amaphoyisa aseGoli ngoLwesibili.

Umsolwa usebenzise intambo kagesi ukuklinya  uyise oneminyaka engu-73 ubudala ngoMsombuluko ebusuku, kusho uCaptain Xoli Mbele.

Owesilisa, 33, ubenomzala wakhe ngaleso sikhathi.

OLUNYE UDABA: Ushayiswe yimoto wshona obebalekela izigebengu

"Umzala uzivalele endlini encane, ememeza efuna usizo. Amaphoyisa afike ngokushesha kwaboshwa umsolwa,” kusho uMbele.

Imbangela yalokhu kubulala ibingakaziwa okwamanje.

UMbele uthe indodana kamufi izovela eNkantolo yeMantshi eGoli maduzane.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Partly cloudy. Cool. Pta: 20-30°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-23°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 13-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Rain showers. Cloudy. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...