Kuboshwe amadoda awu-4 ngokutholakala nempahla eyebiwe eGoli

2018-04-13 12:34

Johannesburg - Kuboshwe abantu abane escrapyard eWynberg ngokutholakala namakhebuli eyebiwe.

Amaphoyisa iJohannesburg Metropolitan Police Department (JMPD) ibophe la bantu ngoLwesine ngemuva kokuncinzwa indlebe ngamalungu omphakathi.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abathathu ngokweba amakhebuli ezitimela

Amakhebuli abalelwa emalini engu-R1.5 million.

UWayne Minnaar uthe: "Amakhebuli atholwe ngaphakathi e-scrapyard eWynberg. Amaphoyisa abe esesebenzela phezu kwemininingwane ayitholile abe esebopha amadoda amane kulandela ukwebiwa kwamakhebuli edolobheni eGoli."

 - EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...