Kuboshwe abasolwa ngokubulala 'amalungu' eqembu lemiguluku

2017-02-16 12:31

Polokwane – Kuboshwe abasolwa ababili ngokufa kwabesilisa ababili ebebemataniswa neqembu lemigulukudu elaziwa ngeBoko Haram eLimpopo.

UJoel Nkgapele noFreedom Nukeri kuthiwa babulawe ngamalungu elinye iqembu lemigulukudu eliyizimbangi.

Umndeni kaNukeri uthi badumele ngokubulawa kwakhe.

Udadewabo kaNuker, ohlala eDan village ePolokwane, uthe umndeni ushaqekile ngokuthi izingane ezincane okungabe zisafunda zifakwa emaqenjini ezigebengu endaweni.

OLUNYE UDABA: Lishonile iphoyisa lomgwaqo elishayiswe yimoto eGoli

"Bambulalise okwenja, kodwa okwethusa kakhulu ukuthi ugwazwe ngabafana abancane,” kusho uMeggy Nukeri.

Uthe umndeni ubungazi ukuthi uFreedom ubeyilungu leqembu lemigulukudi.

UMeggy uthe umndeni ufuna uhulumeni angenelele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 7-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Cool. Bloem: -1-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-20°C Morning clouds. Cool. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...