Kuboshwe abafana abayisithupha ngokubulala umngani

2017-09-14 10:59

Johannesburg -  Kuboshwe amabhungu ayisithupha ngecala lokubulala umngani eTarlton eWest Rand.

Kukholakala ukuthi bahlasele umfana owumngani wabo ngesonto eledlule emijondolo yaseSmokedown.

Isisulu silamale kabi ekhanda, saphuthunyiswa esibhedlela nokuyilapho sishonele khona ngokuhamba kwesikhathi.

OLUNYE UDABA: Ulimale kabi umfan oshiswe amansi

Okhulumela amaphoyisa uLucky Matome uthi abasolwa baneminyaka ephakathi kuka-15 no-19 ubudala.

“Bonke abasolwa baboshiwe. Abahlanu kubona baseyizingane.

“Owesithupha uvele eNkantolo kaMantshi.”

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Showers early. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-27°C Showers early. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 16-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-25°C Showers early. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 21-30°C a few showers. Mostly cloudy. Warm. PE: 19-26°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...