Kuboshwe 8 ngokubulawa kwabantu abangu-11 eKapa

2017-10-07 13:00

Cape Town – Kuboshwe abantu abangu-8 ngokubandakanyeka esigamekweni sokudubula esenzeka emjondolo yaseMarikana ePhilippi East, eKapa, eWestern Cape ngesonto eledlule.

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula ubhale enkundleni yezokuxhumana, iTwitter, izolo (ngoLwesihlanu) ebusuku ngokuboshwa kwabasolwa ngokubulala endaweni yaseMarikana eakapa.

OLUNYE UDABA:Sebengu-11 abantu abadutshulwe babulawa

Kwabulawa abantu abangu-11 ezigamekweni zokudubula ezahluykene emjondolo yaseMarikana ngoMgqibelo owedlule.

Lokhu kwabeka isibalo sababulewe ku-18 endaweni ezinsukwini eziyishumi.

  - Twitter:

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...