Kuboshwe 4 ngokushona kwamabhungu esikoleni sokusoka

2017-12-18 18:00

Cape Town - Bane abantu abagqunywe esitokisini ngokubandakanyeka ezigamekweni zokushona kwamabhungu ezikoleni zokusoka e-Eastern Cape.

Kushone amabhungu angu-12 esifundazweni kusukela kuqale isizini yokusoka emasontweni amathathu edlule.

Amanye amabhungu abulawe ukushodelwa amanzi emzimbeni kanti elinye lizibulele.

OLUNYE UDABA:Kusungulwe umkhakaso wokuhlola izikole zokusoka

Kuboshwe abahlengikazi abathathu nodokotela oyedwa ngesonto eledlule.

Okhulumela amaphoyisa uMzukisi Fatyela uthe: "Baboshelwe ukuphula umthetho i-Circumcision Act. Icala labo lihlehliselwe umhaka-19 Disemba 2017."

 - EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...