'Kubhikisha abafundi namalungu eNehawu e-Alex'

2017-01-16 13:00

Johannesburg – Abafundi eJohannesburg TVET College kanye namalungu enyunyana iNehawu babhikisha e-Alexandra ngoMsombuluko, kusho amaphoyisa.

Isizathu sombhikisho besingakaziwa okwamanje, kusho uCaptain Kay Makhubele.

Abafundi bavale uLondon Road no-13th Avenue ngamathayi ezimoto nangodoti.

OLUNYE UDABA: UZuma umangaze uZweli emcimbini we-ANC

Abantu baxwayiswa ngokuthi bagweme ukuhamba ngakule ndawo.

UMakhubele uthe basendaweni yesehlakalo kanti bazoyivula imigwaqo babophe labo abathintekayo.

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Morning clouds. Cool. PE: 7-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...