Kubanjwe iloli liwela umngcele nenyama yenkukhu

2017-09-12 16:00

Johannesburg - AbakwaSouth African Revenue Services (Sars), bathe ngoLwesibili iziphathimandla zimise iloli ebelithwele izinkukhu ezingu-700 ezilinganiselwa emalini engu-R711 000, isuka nazo eNingizimu Afrika ilibangise eZimbabwe emngceleni iBeitbridge.

Esitatimendeni, abakwa-Sars bathe lezi zinkukhu zitholwe ngeSonto.

OLUNYE UDABA:Kushaqwe amadayimane negolide emngceleni

"Isigameko senzeke ngesikhathi iloli ene-number plate yasemazweni angaphandle liseshwa ngemuva kokuba umshayeli ethe uthwele amabhakede," kusho abakwa-Sars.

"Impahla neloli kugcinwe ngamaphoyisa akwaSouth African Police Service (SAPS) njengoba esaqhubeka nophenyo."



– African News Agency (ANA)

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 19-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-30°C High level clouds. Warm. PE: 20-27°C More sun than clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...