Izophuma ngoLwesihlanu ingxenye yefa likaMandela

2016-05-25 17:01

Durban - Abaqokwe njengezindlalifa zikaNelson Mandela bazothola imali yokuqala ngoLwesihlanu.

Ngokwezincwadi ezidluliselwe kwiphephabhuku uDrum, i-akhawunti yokuqala ezohlukaniswa ihlanganisa imali kanye nempahla ka-R34 million.

Abammeli okuyibona ababhekene nomsebenzi wokunikezelwa kwalelifa uKelebogile Galeforolwe wenkampani yabammeli iLedwaba Mazwai Attorneys ukuqinisekisile lokhu.

OLUNYE UDABA:Kungenzeka zingalitholi ifa izingane zikaMichael Jackson

Azohlomula kanye nenani lemali abazoyithola yilaba: 

1) Ndaba Mandela - R3,1 million 

2) kuMbuso MandelaR3,1 million 
3) Andile Mandela  - R3,1 million 
4) Dumani Mandela - R100 000
5) Zoleka Mandela - R100 00

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Mostly sunny. Mild. Pta: 21-33°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 19-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-29°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 21-26°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 23-27°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...