IZITHOMBE:Kuhlengwe inyoka, amachwane ayo kanye namaqanda eThekwini

2018-04-24 12:32

Durban - Kuhlengwe inyoka, amachwane ayo angu-9 kanye namaqanda ayo eHawaan Forest Estate eMhlanga Ridge, eThekwini.

Umnikazi we-Universal Reptiles, uJason Arnold, uthe ushayelwe ucingo yizakhamuzi ebezikhathazekile mayelana nokuphepha kwalezi zinyoka.

OLUNYE UDABA:Isibanjiwe inyoka eyabonakala ethoyilethi efulethini

U-Arnold ube esezithatha lezi zinyoka eyozibeka endaweni eqhelile lapho ezizohlala khona ngokuthula futhi zikhululeke.

IZITHOMBE:


 - Newswatch

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Sprinkles early. Partly cloudy. Cool. Pta: 10-25°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 9-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-26°C Sunny. Mild. PE: 14-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...