IZITHOMBE: UNtlemeza ugcine esefunwa nayizakhamuzi zakuleli kuTwitter

2017-04-25 07:03

Cape Town - ObeyiNhloko yophiko lwamaphoyisa oKlebe, uBerning Ntlemeza, ufikile emsebenzini ngoMsombuluko ekuseni eyosebenza ephambana nomyalelo wenkantolo, wafika emsebenzini wathatha imoto yomsebenzi waphuma ngayo.

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uFikile Mbalula uthe angeke aze ahambe ekomkhulu loKlebe uNtlemeza engakayibuyisi iselula nemoto yomsebenzi "alokhu ehla enyuka ngayo emgwaqeni yasePitoli".

Lokhu kwenze ukuba izakhamuzi zakuleli enkundleni yezokuxhumana iTwitter zijoyine ekufuneni uNtlemeza la engakhona.

Twitter:

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C More sun than clouds. Cool. Pta: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-29°C High level clouds. Warm. PE: 14-18°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...