IZITHOMBE: Nansi ingqephu emcimbini wokuvulwa kwePhalamende

2018-02-16 18:00

eThekwini - UCyril Ramaphosa osanda kubekwa njengoMengameli wezwe uzokwethula inkulumo ebhekiswe esizweni namuhla lapho ezobika khona ngesimo sezwe.

Ngale kokulinda le nkulumo, izakhamuzi zakuleli zilangazelele ukubona ingqephu ezobe idliwe osopolitiki bakuleli.

Babodwa "abadle ukotini", kanti abanye kunzima nokuphawula ngabo ngoba kakuqondakali kahle ukuthi yini le abayigqokile nokuthi bayikhethe kanjani.

Ongqongqoshe behambisana namakhosikazi abo, osaziwayo bakuleli abamenyiwe kanye nabanye, bazame ngakho konke okusemandleni ukukhipha ubhozo.

The leader of the @A_C_D_P #fashion #SONA2018 pic.twitter.com/80elkG53TW

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...