IZITHOMBE: Kuwe uphahla ebhilidini kulandela ingozi yetekisi nemoto eKapa

2017-10-18 11:00

Cape Town – Ingozi ebandakanya itekisi nemoto eyenzeke eWynberg, eKapa, iholele ekutheni kuwe uphahla ebhilidini.

Abedolobha laseKapa baqinisekise ukuthi bekuvalwe uWynberg Main Road ngenxa yengozi, kodwa manje usuvuliwe.

OLUNYE UDABA:Belingakulungele ukuba semgwaqeni iloli elidale ingozi ePinetown

Ngokusho kwemibiko, imoto yohlobo lwe-VW Polo ingene odongeni kwaholela ekutheni kuwe uphahla ngemuva kokubandakanyeka engozini netekisi.

Ngaphambilini ibingekho imibiko yokulimala kwabantu, kodwa ngokusho kwabomsakazo iVoice of the Cape FM kulimale abantu besifazane ababili abebengaphakathi ebhilidini.

 - Twitter:


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-25°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 10-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Rain showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 15-22°C Scattered showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...