IZITHOMBE: Kulimale abagibeli abangu-16 udonga luwela ematekisini

2017-09-06 12:33

Johannesburg - Kulimale abantu abangu-16 ngesikhathi kuwa udonga lwesakhiwo esise-Orange Groove eGoli ngoLwesithathu ekuseni.

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo uWayne Minnaar uthe lesi sakhiwo siwele phezu kwamatekisi amabili nasemotweni encane.

OLUNYE UDABA:'Itekisi ebulale abantu abangu-19 ibingenamabhuleki, ilayishe ngokweqile'

Iphephandaba lomphakathi iNorth Eastern Tribune libika ukuthi bonke abagibeli abalimele baphuthunyiswe emtholampilo iBusamed kanye nasesibhedlela iCharlotte Maxeke.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Sunny. Mild. Pta: 19-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-30°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 21-30°C High level clouds. Warm. PE: 20-27°C More sun than clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...