Izinyosi zitinyele izingane nomshayeli wetekisi eGoli

2016-01-27 08:30

Johannesburg - Izingane ezingu-8 ezibalelwa eminyakeni ephakathi kwengu-5 nengu-7 ubudala nomshayeli wetekisi batinyelwe yizinyosi eBenoni, empumalanga neGoli ngoLwesibili, kusho abosizo lokuqala.

"Imibiko ngesigameko ithi le tekisis ibiahmba kuJones Road ngesikhathi kungena izinyosi ngefastela zatinyela izingane nomshayeli," kusho okhulumela iNetcare 911 uChris Botha.

OLUNYE UDABA: Izinyosi zihlasele izingane ezikhubazekile

Abosizo lokuqala balaphe izingane. Kulimale ingane eyodwa nomshayeli kanti eyodwa isesimeni esibucayi, kusho uBotha.

Zonke izingane ziphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokulashwa endaweni yesigameko.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Afternoon clouds. Warm. Bloem: 17-29°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 21-30°C Sunny. Warm. PE: 18-27°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...